Content on this page requires a newer version of Adobe Flash Player.
ABOUT
MINISTRIES
ONLINE GIVING
GALLERY
STORE
PRAYER
Contact
ARE YOU READY FOR THE
2016 PASSOVER?
CLICK HERE to Read...
EVERYDAY
DEVOTION
CLICK HERE to Read...
Content on this page requires a newer version of Adobe Flash Player.
2016 PASSOVER
Abashumayeli Bamazwi Ayisikhombisa
Kepha uJesu wathi: “Baba, bathethelele, ngokuba abakwazi abakwenzayo.” Babelana izingubo zakhe, benzelana inkatho.
(NGOKUKALUKA 23:34)
Sase sithi: “Jesu, ngikhumbule, nxa usufike embusweni wakho.” Wathi kuso: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla uzakuba nami eParadisi.*”.
(NGOKUKALUKA 23:42-43)
Kuthe uJesu ebona unina nomfundi amthandayo bemi ngakhona, wathi kunina: “Mame, bheka indodana yakho.” Wayesethi kumfundi: “Bheka unyoko.” Kusukela kuleso sikhathi umfundi lowo wamyisa kwakhe.
(NGOKUKAJOHANE 19:26-27)
Ngehora lesishiyagalolunye uJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Eloi, Eloi, lama sabaktani?” okungukuthi ngokuhunyushwa: “Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na?”
(NGOKUKAMARKU 15:34)
Emva kwalokho uJesu, ekwazi ukuthi konke sekuphelelisiwe ukuba umbhalo ugcwaliseke, wathi: “Ngomile.”
(NGOKUKAJOHANE 19:28)
Kwathi ukuba uJesu ewamukele uviniga, wathi: “Kufeziwe;” wagebisa ikhanda, wafa.
(NGOKUKAJOHANE 19:30)
UJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Baba, ezandleni zakho ngiyawubeka umoya wami.” Eseshilo lokho wafa.
(NGOKUKALUKA 23:46)